isiZulu | Page 2 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

UMama uMoeng wenza Obekungalindelekile

Kwaqala lapho uMama uMoeng enza ujamu ogcwele ibhodlela wosuku lokuzalwa lukaGogo uMoeng. UMntwana uBheka wase ethola ibhelunde lakhe eliphambili eliluhlaza okwesibhakabhaka. Wayefuna ukulinika uGogo ngosuku lwakhe lokuzalwa. UMama wabeletha ...

  • Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UPhama nohlamvu lombila

UPhama wayenohlamvu lommbila. UMama wayengazi ukuthi kwakuwuhlamvu olunomlingo.

“Ngelinye ilanga, lolu hlamvu luzokondla isizwe,” kusho uPhama. UMama wahleka nje.

UPhama watshala uhlamvu lwakhe, isithombo sase silokhu sikhula, ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UGundane Wasemakhaya noGundane Wasedolobheni

UGundane Wasemakhaya wehlela edolobheni ukuze athole ipheya elisha lezibuko. Usehlangana noGundane Wasedolobheni esiteshini. “Wemukelekile, mzala, bo!” kusho yena. “Ngiyathokoza ukukubona,” kusho uGundane Wasemakhaya, noma engaboni kahle ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UTumi nezifiso ezintathu

UBaba uvalelisa kuTumi. “Uziphathe kahle namhlanje. Ungangeni egumbini lami. Ungakhulumi noPholi onguPhathu.”

“Sawubona,” kusho uTumi. UPhathu, uPholi, uyazithulela nje. Ngabe yini le esekhejini likaPhathu? Yimpempe egcwele ...

  • Read this story aloud to children who are learning to read 
  •  Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Ukugoduka

Ngihleli eduze kukaGogo otshanini. Sibukele isibungu sishintsha siba uvemvane. UGogo uthi le nguquko ibizwa ngokuthi

yimethamofosisi. “Imethamofosisi” yigama elikhulu. “Bheka, Yusuf,” kuhlebeza uGogo. Igobolondo ebekucashe kulo ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Waze wasiza Goggles

Ngobunye ubusuku, uJay wavuka wase ebona ukukhanya okugqamile okukhulu esibhakabhakeni. Kwakukhona into eyayindiza ngokushesha okukhulu iza efasiteleni. Kusenjalo, yama. Kwavuleka umnyango, kwase kuphuma isidalwa esibukeka sixakile nje. “Grrr! ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  •  Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Ukuhamba epaki

ULiso uyakuthanda ukungena ku-inthanethi. Isizindalwazi sakhe asithandayo sinakho konke akudingayo ukuze azithokozise.

Ufunda izinhlobo eziningi zomdanso. Ufunda okungamaqiniso abengawazi ngemvelo. Uzitholela abangani emhlabeni ...

  • Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Ushokoledi kaJeb

UJeb wayemusha. Engenaye noyedwa umngani.

Wayenesizungu.

Wayehamba edangele, ekhahlela amatshe.

Wayenoshokoledi ephaketheni lakhe, kodwa lokhu akuzange kusize. Wayesazizwa edangele.

Wayenoshokoledi kodwa ...

  • Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Idayari kaJabu

UJabu wayengumfana owayethanda izinkambo zokuthola ulwazi. Wayehlala emzaneni omncane wase-Eastern Cape nogogo wakhe, nomkhulu, no-anti, nomalume, nabazala abaningi. Nakuba uJabu ayevame ukudlala nabazala bakhe nabangane bakhe, into ayeyithanda ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Kungenzeka noma yini

Kwasukasukela, uSikhukukazi, namachwane akhe amathathu amancane, babehlala ensimini noNkomazi.

UNkomazi wayekuthanda ukuklaba njengoba ayehamba indlela yonke enqamula ensimini ezovakashela umngane wakhe, uSikhukukazi. Kodwa izikhathi ...