isiZulu | Page 8 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

UMntwana uShukela no-Awande, umbhaki

Kwakukhona umntwana wasebukhosini obizwa ngokuthi uShukela. UMntwana uShukela wayethiwe kanje ngenxa yothando lwakhe lwezinto ezimnandi ezifana namakhekhe, amabhisikidi, amathathi, amadonathi kanye nophudingi. UMntwana uShukela wayetotosiwe ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Prince Sugar loved sweet treats so much that no one else in his village was allowed to eat anything sweet. One day Awande the baker arrived and gave sweet treats to all the children. To appease the angry prince Awande agreed to bake a new treat for him every day – on condition that he eat the whole treat on that day …

Intombazane eyaya emkhathini ngengozi

ULesedi wayezithanda izinkanyezi. Ngesikhathi ezinye izingane zimagange zilinde ukuthi kube sekuseni, yena wayemagange elinde ubusuku. Wayengabesabi nhlobo ubumnyama. Wayekuthanda ukuphumela phandle ngaphambi kwesikhathi sokulala ukuze nje abuke ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Lesedi loved the stars. One night a giant spaceship landed in her front garden and Lesedi took off on a fantastic adventure. Later her mom found her fast asleep on the grass. Had Lesedi’s adventure been a dream or was it real?

Isibuko esisehlanzeni

Kwakuwusuku olushisayo ethafeni lase-Afrika ngesikhathi uNogwaja enquma ukuhamba ehlele emfuleni ukuyophuza amanzana. Wayegxuma kancane ekushiseni endledlaneni evulekile ewubhuqu ngesikhathi ebona isibuko simenyezela elangeni. UNogwajwa wayengakaze ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Rabbit had never seen a mirror before. So, when she saw herself and the veld reflected in it, she thought a strange animal had swallowed her and the bushveld. She ran to warn the other animals about the dangerous animal, bit it just swallowed every animal that came to destroy it.

UTemo namasela Ezitshalo

UTemo wayeyintombazane ehlakaniphile eyayihlala emzananeni waseQunu. Wayethanda ukuya esikoleni nokufunda izinto ezintsha.

Ngolunye usuku esikoleni, ikilasi lakhe lafunda ngokutshala nokukhulisa imifino.

UTemo wayethathekile kakhulu ...

Indlela yokuba yiqhawe elikhulu

UTimo wayehlala esigodini esincane esizungezwe yizintaba, amathafa aluhlaza kanye namahlathi amahle, kodwa indawo yakhe ayithandayo kwakuyipaki. Wayethanda lapho ngoba wayezizwa enjengeqhawe elikhulu uma egijima ezungeza, enombela emjikelweni futhi ...

Usuku esiyohlale silukhumbula

“Shesha, Neo, asinaso isikhathi esiningi!” kusho uHope ebeka phansi isikhwama sakhe esisindayo. UHope noJosh babelinde uNeo. Bonke babeya epaki njengengxenye yecebo likaHope!UHope wayeqale ukwakha icebo emva kokufunda incwadi entsha ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Unja

Ngesikhathi umhlaba usemncane, uNja kwakuyinto yasendle. Wayechitha izinsuku zakhe ezulazula ezweni yedwa. Ebusuku wayelalisa ikhanda lakhe phezu kwezidladlana zakhe ezehlukile bese ehlola umgede wakhe.

UNobantu, owesifazane wokuqala, ...

Umlingo wezinwele

UZinhle wayekuthanda ukweqa ingqathu enkundleni yokudlala nabangani bakhe oSindi noZongi. Kunento eyodwa nje eyayimkhathanza. Lapho abangani bakhe beqa ingqathu, izinwele zabo zazinyakaza ziye phezulu naphansi, futhi zinyakaze ziye lena nalena. ...

UTimi kanye nomgundi wezinwele

UTimi nonina babehlala eDolobheni iMozala. Kwakukhona okuthile okwakungajwayelekile ngoTimi – izinwele zakhe! Zazikhula ngokushesha okukhulu. Zazikhula kakhulu ngangokuthi njalo ngoMgqibelo, umama kaTimi wayemthatha amuse kumgundi wezinwele ukuze ...

Uhla lukaNomsa lokuzothengwa

UNomsa wayebukele udadewabo omdala, uMandisa, akha umgexo. Unina wamemeza esekhishini, “Mandisa, ngicela ungiyele esitolo.

Nalu uhla lwezinto ozozithenga.” UMandisa walufunda uhla lokwakuzothengwa, “Isinkwa, imajarini, ibhotela ...