Invest in a nation of readers!
UPalesa noGracie babengabangane kusukela beseneminyaka emithathu ubudala. Babengomakhelwane, futhi omama babo nabo babengabangane. Babeshiyana ngenyanga eyodwa ubudala futhi bakhuliswa njengamantombazane andawonye. Konke babekwenza ndawonye. ...
Ngobunye ubusuku obushisayo basehlobo, uphela wayezihambela kancane enqamula etafuleni lasekhishini. Wayedla izimvuthuluka zesinkwa ezazisakazwe ngumndeni etafuleni, manje owawusuzumekile wubuthongo emibhedeni yawo. Wabe esezwa umsindo. Bzzzz, ...
UNyathana wavuka engatyhilekanga ngalo ntsasa. Wayengalalanga buhlayo ngobusuku bangezolo. Ubusuku bonke, wayesiva izandi ezothusayo kwithafa elinamatyholo. Ekuqaleni, ezi zandi zazisitsholo kude, kodwa zaya zisondela ngokusondela. Zazivakala ngathi ...
Unyathi Omncane wavuka kabi esiqeshini sotshani ekuseni ngalelo langa. Wayengalalanga kahle ngayizolo ebusuku. Ubusuku bonke, wayezwe imisindo eyesabeka kakhulu ehlanzeni. Ekuqaleni, le misindo yayizwakala kude, kodwa yabe isilokhu isondela kancane ...
Kwasukasukela kwakunomfana omncane okwakuthiwa nguTshego. Wayenelukuluku elikhulu lokwazi izinto kanti futhi egangile. UTshego wayethanda ukubona izindawo ezintsha. Wayebuza imibuzo ngayo yonke into. “Mama, izilwane ziyakwazi ukuzwa? Mama, ingabe ...
Uphela omncane oyisiwula onsundu wake wahlala endlini nomndeni onokati. Uphela omncane oyisiwula onsundu, njengawo wonke umndeni wakubo, wayekuthanda ukudla. Amaphela akudingeki adle nsuku zonke, kodwa kule ndlu izingcezu ezimnandi kakhulu ...
Namhlanje wusuku lokuqala lwamaholide ezikole! Kuphinde futhi kube wusuku lwemakethe, kanti uMme wa Afrika uhambisa u-Afrika noDintle emakethe ukuze bayothenga ithoyizi noma oncamnce. “Kunento eyodwa kuphela okumele uyenze ngaphambi kokuthi uthole ...
Kwake kwaba nowesifazane osemusha ogama lakhe nguMatty. Wayehlala epulazini elincane, lapho kwakunomhlabathi oqinile futhi kunzima ukusebenza khona. Kodwa uMatty wayengeyena umlimi ovamile. Ngokuzimisela wasebenza kanzima elangeni elishisa bhe ukuze ...
Kwasukasukela, kwakunomama wedada owayenamachwane amadada amancane ayisithupha, aphuzi. Ayehlala endlini encane epulazini, kodwa amachwane amadada azalwa phakathi nehlobo elomile, elishisayo. Kwakungekho mvula ayengadlala kuyo kanjalo namachibi ...
Disclaimer: You are now leaving a page and will enter a page that incurs data costs. Do you want to continue?
Disclaimer: You are now leaving the Nal’ibali website and will enter a website that incurs data costs. Do you want to continue?