isiZulu | Page 12 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

The big brass band

Posted on November 8th, 2018
Author:
Patricia de Villiers

Adun, the baboon, tricks Ananse

Posted on November 8th, 2018
Author:
Helen Brain

The king, his sons and the blue-footed bird

Posted on November 8th, 2018
Author:
Phumlani Mavimbela

Isipho sikaBusi

UBusi wayeyixoxo elincane eliluhlaza elalihlala nomndeni walo eduze komfula ogwincizayo ezintabeni zoKhahlamba. UBusi wayeyixoxo elithokozile, kodwa iyodwa into eyayimenza aphatheke kabi. Wayebukeka ehlukile kubafowabo, odadewabo, kanye nawo wonke ...

Ivasi kaMama ephambili

U-Ashley wayematasa enza isiphico esimazombezombe ngenkathi umfowabo omdala, uBen, engena ekameleni lokuphumula. 

 

“Kusasa uSuku LukaMama,” kusho yena. “Kufanele senzele uMama into ekhethekile. Uzokwazi ...

Abafana ababili abayizelamani

Kwasukela ngezelamani zabafana ezimbili ezazibizwa ngoKabelo noLefa ezazihlala emzaneni esigodini esiphansi. Zazinodadewabo ababili abancane, ngakho unina wayenezingane ezine okwakumele azondle. Wayesebenza imini nobusuku, epheka abuye acoce, ...

Imbewu encane

Kwakukhona inkosi eyabe isindala. Yayikhaliphile futhi inomusa. Kodwa kwakunento eyodwa eyayiwudabukisa umoya wayo – yayingenayo indodana eyayizoba yinkosi emva kwayo.  

 

Inkosi yayidinga umuntu owayezoba umbusi olandelayo ...

Iculo lofudu

Kudalo, kwake kwaba khona isomiso esashisa yonke imifudlana, imifula, imithombo neziphethu. Umhlaba wonke waphenduka ugwadule olunothuli. Umuhlwa wasobozela wonke amaqabunga notshani okwakusasele, izilwane zaphoqeleka ukuba zize zidle nezinswazi ...

Uhla lukaPalesa

“Kumele ngiyothenga,” kusho uMama, ebhala uhla lokuyothengwa. “Ngidinga iklabishi, nenyama, no-anyanisi, ufulawa, imbiliso, namafutha.”  

 

“Ngizokuyela emakethe,” kusho uGogo. “Umatasatasa wena lapha. UPalesa uzohamba ...

Small Seed

Posted on July 13th, 2018
Author:
Retold by Kirstin Hartman