isiZulu | Page 14 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

Ngifuna ukuba wumpheki!

Edolobheni laseMahikeng, kwakuhlala umfana omncane ogama lakhe kwakunguKabelo. Akukho okunye ayekuthanda ngaphezu kokupheka. Wayepheka ukudla okumnandi okwakuthokozelwa yiwo wonke umuntu emndenini wakhe. UKabelo futhi wayebhaka kahle. Wayebhaka ...

Isikhwama esinegolide

Ekuseni ngolunye usuku indoda engenakhaya yavuka. Yayichithe ubusuku bangayizolo icela ukudla, kodwa akukho noyedwa owayeyikhombise umusa.

 

Isisu sayo sasiduma ngoba yayilambe kakhulu. Inexhala lokuthola ukudla, yahamba yangena ...

  •  Read this story aloud to beginner readers
  • Support pre-teens (up to 13 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 13 years would enjoy reading this story on their own

UMulalo nezimuzimu

...

Inkukhu kaGogo egazingiwe

...

Linda ngize ngikhuluphale ngokwanele!

Kwesukasukela, kwakukhona imbuzi eyayihlala eTranskei. Njalo ngonyaka le mbuzi yayihamba iye emagqumeni ezinyangeni zokuqala zehlobo. Yayiya kule ndawo ngoba kwakunokudla okuningana futhi yayikwazi ukudla ngendlela ethanda ngayo.

Ngahlobo ...

  • Read this story aloud to children who are learning to read 
  •  Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UKoketso ulahla izinkukhu

Njalo ekuseni uKoketso usiza ugogo wakhe ukuthi aphe izinkukhu ukudla ehhokweni elisemva kwendlu.

 

“Pok, pok, pok,” kumemeza uGogo bese izinkukhu ziza zigijima ocingweni. “Pok, pok, pok,” bese zithi. “Paak, paak, paaaak!” ...

Incwadi kaThoko yokuqala yasemtasheni wezincwadi

Ngesikhathi uGogo ehambisa uThoko emtatsheni wezincwadi ukuze ayokhetha incwadi yakhe yokuqala yasemtatsheni wezincwadi, uThoko unesasasa kakhulu. Umsizi wasemtatsheni wezincwadi ukhombisa uThoko lapho zikhona izincwadi ...

Ingwe, umthini negundane

Kudala kakhulu, zonke izilwane zazondile. Lokhu kwakubangelwa wukuthi kwakungekho ukudla okwanele ezingakudla. 

Isibhakabhaka bhu phansi!

...

Kungani inyanga incipha ibuye ikhule

Emandulo, uMama Nyanga wayekhanyisa isibhakabhaka njalo ebusuku. Wayenengubo eyayithungwe ngendwangu enhle kakhulu esagolide. Ingubo yakhe yayikhanya ithi bha ngendlela yokuthi ...