isiZulu | Page 13 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

Topo's treehouse

Posted on July 13th, 2018
Author:
Kopano Sechele

Bear's Haircut

Posted on July 13th, 2018
Author:
Nola Turkington

UGundanyana

ULesedi wayesaba yonke into. Wayesaba izithunzi. Wayesaba imisindo. Wayesaba ngisho nokuduma kwezulu. Wayesaba izinto eziningi kakhulu kangangokuthi wonke umuntu wayesembiza ngokuthi unguGundanyana.  

 

...

UNgwenya nomfana olahlekile

Kudalo umfanyana omncane wayehleli ngaphansi kwesihlahla somkhiwane osebeni lomfula omkhulu ekhala. Wayelahlekile.  

Buqamamana nalapho, uNgwenya wahuquzela emanzini eduze nonqenqema lomfula wabukela umfanyana lo omncane. UNgwenya wayefile ...

Ngifuna ukuba wumpheki!

Edolobheni laseMahikeng, kwakuhlala umfana omncane ogama lakhe kwakunguKabelo. Akukho okunye ayekuthanda ngaphezu kokupheka. Wayepheka ukudla okumnandi okwakuthokozelwa yiwo wonke umuntu emndenini wakhe. UKabelo futhi wayebhaka kahle. Wayebhaka ...

Isikhwama esinegolide

Ekuseni ngolunye usuku indoda engenakhaya yavuka. Yayichithe ubusuku bangayizolo icela ukudla, kodwa akukho noyedwa owayeyikhombise umusa.

 

Isisu sayo sasiduma ngoba yayilambe kakhulu. Inexhala lokuthola ukudla, yahamba yangena ...

  •  Read this story aloud to beginner readers
  • Support pre-teens (up to 13 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 13 years would enjoy reading this story on their own

UMulalo nezimuzimu

...

Inkukhu kaGogo egazingiwe

...

Linda ngize ngikhuluphale ngokwanele!

Kwesukasukela, kwakukhona imbuzi eyayihlala eTranskei. Njalo ngonyaka le mbuzi yayihamba iye emagqumeni ezinyangeni zokuqala zehlobo. Yayiya kule ndawo ngoba kwakunokudla okuningana futhi yayikwazi ukudla ngendlela ethanda ngayo.

Ngahlobo ...

  • Read this story aloud to children who are learning to read 
  •  Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UKoketso ulahla izinkukhu

Njalo ekuseni uKoketso usiza ugogo wakhe ukuthi aphe izinkukhu ukudla ehhokweni elisemva kwendlu.

 

“Pok, pok, pok,” kumemeza uGogo bese izinkukhu ziza zigijima ocingweni. “Pok, pok, pok,” bese zithi. “Paak, paak, paaaak!” ...