Kudala kakhulu, uma kufa inyoni emhlabeni, umoya wayo wawuphuma emzimbeni bese undiza uye phezulu emafini; wawuphila khona njengomuntu wasemafini, wawubheka futhi unakekela izinyoni nezilwane emhlabeni.
Izinyoni nezilwane zazazi ...
UCassidy Ann nodadewabo omdala, uTrixie, babelinde emotweni. UMkhulu wayesangene esitolo sezinto zasengadini kodwa engezukuthatha isikhathi eside. Izindawo zokupaka zazingenalutho ngaphandle kweloli elalime ngaphesheya kwesiphethu. Iloli laligcwele ...
Ngolunye usuku uMandla wayezihambela nje ngenkathi esebona uNdlovu ezithela ngamanzi emfuleni. UNdlovu wayebukeka ejabule kakhulu ngalowo mzuzu. Wayedamane ebhakuzisa amagwagwa ezindlebe zakhe ezithela ngamanzi esebenzisa umboko wakhe.
UBhubesi wayeyinkosi yezilwane. Ukubhonga kwakhe kakhulu kwakwenza ukuthi amacembe aqhaqhazele ezihlahleni. Wayechitha isikhathi sakhe ezingela ukudla abuye ethamele ilanga. Wayeziqhenya ngokubhonga kwakhe, futhi wayeziqhenya ngamazinyo namazipho ...
ULayla wayewathanda amaphazili akhipha umfanekiso othile. Wayethanda konke nje ngawo – kusukela esithombeni esisebhokisini ukuya esikhathini lapho efaka ucezu lokugcina endaweni yalo. Wayethanda nomsindo kanye nendlela okuzwakala ngayo izingcezu ...
UNkululeko, nonina noyise babeyizimfudu. Bebehlala ndawonye ezansi nengadi.
Phela, izimfudu azizidingi izindlu njengami nawe, ngoba zihlala emagobolondweni azo. Kanti enye into ngezimfudu ukuthi izinto zizenza kancane, ngokutotoba ...
NgemiSombuluko kuhlale kuwusuku lokuwasha izingubo eziningi endlini kaGogo. Njalo ngemiSombuluko, ekuseni kakhulu, uGogo uthatha ubhavu omkhulu wokhethe bese ewubeka etafuleni elisebaleni. Ube esebilisa amanzi ngeketela. Kumele abilise amaketela ...
UGus noGabby, izimfene ezimbili, ezinomusa, babehlala engxenyeni ekhethekile yezu. Babenendlu encane abalala kuyo, kanye nejangijimu (jungle gym) yokhuni abadlala kuyo. Babenazo nezihlahla ezintathu abagibela kuzo.
UGus noGabby ...
Kwesukasukela, kwakukhona indoda eyayiya ekhaya ngemva kokuhamba izindawo eziningi ze-Afrika iminyaka eminingi. Yayizacile futhi ilambile, ingasenamali. “Ngaze ngakhathala bo,” kusho yona ngesikhathi ibashazela emgwaqweni. “Ngifisa sengathi ...
Hi, we'd love your feedback. Please take a few minutes to answer these questions.
Thank you for your contribution. Your answers will help us give you a better experience.
Disclaimer: You are now leaving a page and will enter a page that incurs data costs. Do you want to continue?
Disclaimer: You are now leaving the Nal’ibali website and will enter a website that incurs data costs. Do you want to continue?