isiZulu | Page 18 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

`Umngani othembekile

Ngolunye usuku ekuseni uGundane Lexhaphozi  walunguzisa ikhanda lakhe phakathi komhlanga osebeni lomfula. Wabhekisa ikhala lakhe phezulu  watshikizisa umsila, ehogela  umoya ukuze ezwe ukuthi ubani owayeseduze. Kweza amatshwele amadada  ayesanda ...

UMnumzane uNogwaja uHlangana noMnumzane uMandela

UMnumzane uNogwaja waphuma ekhaya lakhe elisehlathini. Isibhakabhaka sasekuseni sasiluhlaza okwesibhakabhaka. Utshani buluhlaza okotshani. Izihlahla zinyakazizwa umoya opholile. Ihlathi lalichwaza izingoma zezinyoni. Kodwa …

Kumata wakhe ...

Kwaqala ngomdlwane

“Indaba, indaba, bandla Gogo, sicela usixoxele indaba,” kuncenga uNeo. UBella wamamatheka wavuma ngekhanda.

“Yebo, siyakucela bandla,” kusho u-Afrika owayegone kuGogo.

Wahleka uGogo. “Kulungile,” kusho yena, “ake ...

Umthungi oyinkom' edla yodwa

UDell, umthungi, wayehlala edolobhaneni elincane eliseduze nolwandle. UDell wayethanda ukwenzela abantu basedolobhaneni izingubo ezinhle. Wayehlala ematasatasa esika futhi ethunga nsuku zonke. Wayematasatasa kangangokuthi wayengenaso isikhathi ...

Isikhwama senkosazane yasolwandle

Kwase kusebusuku kakhulu ngesikhathi uNolitha ezumeka, ekhanda lakhe kwakugcwele amakhosazane asolwandle angumuntu ngenhla nenhlanzi ngezansi, izinja zasolwandle namatilosi. Ngaphandle kwakuthi benye benye izinkanyezi, nenyanga yase-Afrika yayenza ...

Usuku lokuzalwa olubi kunazo zonke

Sanibona, igama lami nginguThando. Umama wami uthi yingoba wayengithanda kakhulu. Ngihlala nomama, umzala wami uSantie, nomamncane uSallie. USantie nomama wakhe basanda kufika ukuzohlala nathi emasontweni amabili adlule. Umamncane uSallie ...

Ibhulashi lokupenda lomlingo

Kukhona izwe elikude, kude le, elibizwa ngeChina. Kwasukasukela, kule ndawo ekude kwakuhlala umfanyana obizwa ngoHo. UHo wayempofu, kodwa enenhliziyo enhle. Wayesebenza kanzima ukuze athole imali eyanele yokuthenga ukudla.

Noma uHo wayempofu, ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  •  Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Zaqala kanjani izindaba

Endulo, kwakukhona inkosikazi eyayihlala nomndeni wayo emzini oseMbusweni wakwaZulu. Umndeni wawehlela olwandle olukhulu njalo ngeSonto. Izingane zazigubha isihlabathi futhi zidlale nasemagagasini. Inkosikazi yayipheka phansi ngesikhathi umyeni wayo ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UMalusi neNunu yakuBhavu

Izwi elilandelayo ngalinye ngalinye liyiqiniso – ngiyakutshela. Ngiyafunga ngiyagomela ukuthi angeke ngiqambe amanga, uma ngingaqamba amanga ngizodliswa impukane!

Udadewethu omdala, uZandi, nami sithanda ukudlala engadini usuku lonke. ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  •  Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UVusi noSinazo

UVusi wayeyithanda inja yakhe uDomino. Wayemhlophe uDomino enamabala amathathu amnyama emhlane wakhe. Udadewabo kaVusi omncane, uSinazo, wayethanda ikati lakhe uFluffy. Wayemnyama uFluffy enamabala amathathu amhlophe esiswini sakhe.

“Inja ...