isiZulu | Page 20 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

Umfana nempungushe

Kwakukhona umfana owayehlala epulazini elaliseduze komuzi. Wayehlala nonina, uyise nodadwebo. Umuntu ngamunye kulo mndeni wayenomsebenzi wakhe okhethekile okumele awenze. Umsebenzi womfana kwakuwukwelusa izimvu.

Njalo ekuseni wayethatha ...

Usuku olukhethekile

Posted on April 12th, 2016
UThandi wavuka ezizwa enesasasa kakhulu. Kwakuwusuku lwakhe lokuzalwa, WAYENGASENAYO iminyaka eyisikhombisa! “Ngineminyaka eyisishiyagalombili, ngineminyaka eyisishiyagalombili, ngineminyaka eyisishiyagalombili namhlanje,” waziculela. Iminyaka eyisishiyagalombili yayizwaka imidala kuneyisikhombisa. Abaneminyaka eyisikhombisa angeke bakwazi ukwenza lokho okwenziwa abaneminyaka eyisishiyagalombili. Umama wakhe wayethe angahlala kuze kushaye ihora lesishiyagalombili uma eseneminyaka eyisishiyagalombili! Kusenjalo kwafika umama kaThandi ekamelweni wase anga uThandi...

Isalukazi nengulube yaso

Ngelinye ilanga isalukazi sasishanela ikhaya laso lapho sesithola imali esase siyikhohliwe. Sasijabule kangangokuba sagida, sazungeza sicula.

“Awubheke nje,” sisho siphephezelisa imali emoyeni. “Konje ngingenzani ngayo? Ngiyazi! Ngizoya ...

  • Tell this story to younger children.
  • Read this story aloud* to children who are learning to read 
  • Support beginner readers* (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Ukuhlenga isilwane

Posted on April 12th, 2016
Ekuseni kakhulu ngolunye usuku olwalunetha, uDavid wavuswa umsindo othi “nyawu, nyawu, nyawu” ngaphandle kwekamelo lakhe. Wagijima wavusa ubaba wakhe base bephuma beyobheka ngaphandle. Babona izinyane lekati elincane, elizacile, elimnyama licashe phezulu esihlahleni. “Libukeka lithuke kakhulu futhi lingenamandla,” kusho uDavid. Izinyane lekati labuka uDavid lathi nyawu kakhulu. “Ngicabanga ukuthi kungenzeka ukuthi lilimele,” kusho ubaba...

Kgoši ya dinonyana

Kgale kgale nakong ya ge lefase e sa le le leswa, Nkwazi, lenong la dihlapi le legolo, o ile a bitša kgothe kgothe ya dinonyana.

“Bjalo ka ge le tseba,” a realo, “tau ya go bitšwa Bhubesi ke kgoši ya dibata. Efela ke ka lebaka la eng ...

Iklabishi elikhulu ngendlela emangalisayo

Posted on April 12th, 2016
Ngelinye ilanga ugogo kaZinhle wayehleli ebuka uZinhle ekha utamatisi engadini yabo. ‘Mi, Gogo, ake uzwe lokhu,’ kusho uZinhle enikeza ugogo wakhe utamatisi oyindilinga, obomvu. “Ngiwutshalile!” ‘Ngiyabonga, Zinhle, kuyakuvuma ngempela ukudla,’ kusho uGogo. Wahleka uZinhle. ‘Angicabangi kanjalo, Gogo. Ngisebenzisa iresiphi yokutshala kaMalume uLazola kuphela-nje.’ ‘Impela,’ kusho uGogo. ‘Umalume wakho uziqhenya kakhulu ngeresiphi yakhe! Ngabe ngake...

UNtathu neSihlahla seBhomelaki

Endulo – ngaphambi kokuzalwa kukamkhulu wakho kanye nomkhulu wakhe nomkhulu walowo mkhulu futhi – uMini noBusuku babengenawo amahloni. Babehamba emhlabeni njengawe nje.

Njalo ekuseni, uMini wayevuka ebuthongweni. Wayegeza ubuso bakhe ...

Kancane nje

Lapho uSibu ethuthela eLanga Avenue, uNkosikazi Magona watshela bonke omakhelwane ukuthi balethe okuncane nje kwalokhu nokuncane kwalokhuya, ukuze bamamukele. Ngakho uSibu wazitholela abangani abahle. Babemthanda kanti naye ...

Isethembiso asiguquki

ONogolantethe yizinyoni ezinemilenze emide enombala osawolintshi kanye nemilomo emide, ezindiza zisuka eNyakatho ziye eNingizimu ziphinde zibuyele emuva futhi. Manje-ke, endulo onogolantethe babeyizinyoni ezinomsindo kunazo zonke emhlabeni ...

Idili

UBaba uSmuts wayengumdobi. Kodwa, izinhlanzi zazingeziningi ngendlela ezaziba ziningi ngayo, futhi ngezinye izinsuku wayebuya engabambanga lutho. UBaba uSmuts wabantu wayezizwa ekhathazeke kakhulu.

Kwakuba ngalezi zikhathi lapho uMama uSmuts ...