isiZulu | Page 22 | Nal'ibali
Home | Languages | isiZulu

isiZulu

Isipho sikaSisanda

Nsuku zonke uma intombazanyana eneminyaka eyisishiyagalolunye enguSisanda ibuya esikoleni, ikhumula umfaniswano wayo, idle isidlo sayo sasemini bese idlala umlabalaba nomkhulu wayo. Bazithokozisa kakhulu lapho bendizisa “izinkomo” zabo zizungeze ...

  •  Read this story aloud to children who are learning to read 
  • Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
  •  Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Kumele sihambe manje!

KwakungoLwesibili futhi kungafundwa. Zonke izingane zazizohlanganela emtatsheni wezincwadi ngoba kwakuwusuku olukhethekile. KwakuwuSuku Lomhlaba Wonke Lokwazi Ukufunda Nokubhala kanti abantu emhlabeni wonke babezofunda, babhale, futhi balalele ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UMama uMoeng wenza Obekungalindelekile

Kwaqala lapho uMama uMoeng enza ujamu ogcwele ibhodlela wosuku lokuzalwa lukaGogo uMoeng. UMntwana uBheka wase ethola ibhelunde lakhe eliphambili eliluhlaza okwesibhakabhaka. Wayefuna ukulinika uGogo ngosuku lwakhe lokuzalwa.

UMama wabeletha ...

Umngani omkhulu kaThoko

“Ngabe uJake angeza ukuzodlala lapha?” kubuza uThoko kuMama. “Ungumngani wami omkhulu,” kusho yena.

“Kulungile,” kusho uMama. “Inqobo nje uma uGogo engenankinga ngokuninakekela ngesikhathi ngisesemsebenzini, ...

Iholide likaHope

“Ngcingci, yisikhathi samaholide!” kucula uHope. Waqhuma ukuhleka umama wakhe ngesikhathi emisa imoto epulazini likaMme wa Afrika.

“Sifike ngezinkani!” kumemeza uJosh lapho ebona u-Afrika nonina.

“Njengoba senifikile nje, ...

UNeo nomhlaba omkhulu, obanzi

UNeo wabheka ngefasitela legumbi lakhe lokulala ebuka ingxenye empunga yomgwaqo ompunga lapho okwakugcwele khona abantu abamanzi, abampunga ababegijima emvuleni empunga, ena ngamandla. Wayengakwazi ukuphuma, kanti wayesefundele uMbali zonke ...

* Read this story aloud to children who are learning to read 
* Support beginner readers (7-10 years old) by reading this story with them
* Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

UGus, imfene enkulu

UGus wayeyimfene enkulu. Wayehlala ezu nenye imfene eyayibizwa ngokuthi uGabby. UGus noGabby babenendlu encane ebabelala kuyo kanye nengadi enhle ababedlala kuyo.

Umphathi wezu wayebaphethe kahle oGus noGabby. Wayebanika ukudla okwanele – ...

Izicathulo zedili zikaKoketso

“Ashu! Ashu! Ashu!” kusho uKoketso.

UGogo wayematasatasa esitofini, akazange aphenduke nakuphenduka. “Kwenzenjani, Koketso?” kubuza yena.

“ASHU! ASHU! ASHU!” kumemeza uKoketso. “Izinyawo zami zibuhlungu. Zincane kakhulu ...

  •  Read this story aloud  to children who are learning to read 
  • Support beginner readers* (7-10 years old) by reading this story with them
  • Children older than 11 years would enjoy reading this story on their own

Ukwenza into ewubuwula

Posted on March 29th, 2016
Ngelinye ikhefu lasesikoleni elalinetha kakhulu zonke izingane kwadingeka ukuthi zihlale ngaphakathi kwegumbi lokufundela. Ngemuva kokuba seziqedile ukudla, ezinye izingane zanquma ukuthi zizenzele umdanso we-hip hop omusha. Kwakumnandi kwaze kwaba ngesikhathi uTara ethi, “He, niyazi ukuthini, asidanse phezu kwamadeski!” Wagibela phezu kwedeski wase… eshibilika ewela phansi! “Eshu, eshu, iqakala lami,” kukhala uTara. “Liyavutha!” Abangani bakaTara...