UBaba uSmuts wayengumdobi. Kodwa, izinhlanzi zazingeziningi ngendlela ezaziba ziningi ngayo, futhi ngezinye izinsuku wayebuya engabambanga lutho. UBaba uSmuts wabantu wayezizwa ekhathazeke kakhulu.
Kwakuba ngalezi zikhathi lapho uMama uSmuts ...
Ilanga lalibukeka njengekhabe elincane elivuthiwe ezulwini phezu kwekhanda likaPhindulo. Wayethanda ukuhamba ehlathini nokulalela izinyoni zicula ezihlahleni. Kodwa kwakuwusuku olwehlukile lolu. Kwakunomsindo omkhulu oqhamuka phakathi ehlathini. ...
Kwakusanda kuhlwa nje. Umndeni wakwaSmith wawuhleli ngaphandle uthokozela ukunuka kwebhurevosi eyosiwayo.
“Baba! Ngicela usheshise!” kububula uHayley. “Angiseve ngilambi-i-i-le!”
“Thatha-ke!” kusho ubaba wakhe emva ...
Njalo ekuseni, ngesikhathi ilanga lisaphakama, kwakundiza inqomfi elincane lisuka esidlekeni salo esilenga egatsheni lesihlahla sehalananda, lelule amaphiko alo, liphakamise ikhanda lalo bese liqala ukucula ingoma emnandi yokwemukela ukukhanya ...
Ngelinye ilanga uLwazi wathola isihlalo esinamasondo esidala esigangeni esingasekhaya lakubo. Sasephukile, kodwa sinamasondo amane asesimweni esikahle. Wawakhipha wawabheka. “Kazi ngingenzani ngalokhu,” kucabanga yena. “Ngiyazi, ngizokwenza ...
Eminyakeni eminingi edlule kwakukhona unogwaja owawugijima kunazo zonke ezinye izilwane epulazini. Wayeziqhenya kakhulu, impela ngokuthi wayekwazi ukugijima ngesivinini esingaka. Wayengakwazi nokuzibamba elokhu exoxela ezinye izilwane ukuthi ...
Umama wabeka phansi amaplastiki anezinto azithengile wase efofobala esitulweni sasekhishini. “Shu, kodwa ngaze ngakhathala,” esho esula umjuluko esiphongweni sakhe. “Ekubeni usemningi umbhako okumele ngiwubhakile wetiye losuku lokuzalwa ...
“Usuku lokuzalwa lukaBaba namhlanje,” kusho uMama.
O, ngifuna ukumtholela isipho!” kusho u-Alex. “Ngingamnikani, Mama?”
“Kumele siye esitolo siyothenga ufulawa wekhekhe losuku lokuzalwa lukaBaba,” kusho uMama. “Sizozama ...
Kwakusekuseni kumakhaza futhi kunetha. UMama wayegqoke ijazi lakhe elifudumele kanye nesikhafu. “Thoko,” kusho uMama, “ngiya eKapa engxoxweni yenhlolokhono yomsebenzi. Ngizobuya ngaphambi kwesikhathi sesidlo sakusihlwa.”
UGogo noThoko ...
Disclaimer: You are now leaving a page and will enter a page that incurs data costs. Do you want to continue?
Disclaimer: You are now leaving the Nal’ibali website and will enter a website that incurs data costs. Do you want to continue?