Kungani inyanga incipha ibuye ikhule
Home | Content | Kungani inyanga incipha ibuye ikhule

Written stories

Kungani inyanga incipha ibuye ikhule

Emandulo, uMama Nyanga wayekhanyisa isibhakabhaka njalo ebusuku.

Wayenengubo eyayithungwe ngendwangu enhle kakhulu esagolide.

Ingubo yakhe yayikhanya ithi bha ngendlela yokuthi kwakunokukhanya okwanele ngangokuthi bonke

abantu babekwazi ukubona indlela emnyameni.

Ngezinye izikhathi uMama Nyanga wayezisonga azithi ngci ngengubo ehlele emhlabeni azowuvakashela.

Ngobusuku bumbe, phakathi nobusika, eduze kogu lomfula, wahlangana nesalukazi esasihlala sodwa vo…