Follow us

[wrapped_story_translations]

Kwasukasukela, kwakunendoda eyayiyigovu.

Yize noma yayiyisicebi, kodwa yayisafuna enye futhi imali.

Ngelinye ilanga kusihlwa, umhambi omdala wafika ekhaya lendoda eyigovu.

“Selokhu ngihamba usuku lonke,” kusho umhambi omdala.

“Ngicela nje ukuphumula lapha namuhla ebusuku.” “Hmmmm,” kusho indoda eyigovu.

“Uzongikhokhelani?” “Anginamali engiyiphethe,” kusho umhambi,

“kodwa kusasa ngingakuyisa komunye umcebo wekhethelo bese ngabelana nawe ngawo…

Invest in a nation of readers!