Kudala kakhulu, umhlaba usemusha, uNkwazi, ukhozi olukhulu oludla izinhlanzi,
wabizela zonke izinyoni emhlanganweni. “Njengoba nazi,” kusho yena, “uBhubesi uyinkosi yezilwane.
Kodwa kungani kumele akhulumele nathi zinyoni? Kumele sizikhethele inkosi yethu…
futhi ngibufanele mina ubukhosi; ngithi kumele kube yimi!”
Zonke izinyoni zaqala ukukhala kwaze kwezwakala iphimbo elilodwa ngaphezu kwamanye…
The Nal’ibali Trust Unit G06, WBHO House 6 Logan Way Pinelands Cape Town, 7430
+27 (0)21 448 6000
Media Enquires
©2024 Nal’ibali. All rights reserved. | Web Design by The Agency.