Endulo, kwakukhona inkosikazi eyayihlala nomndeni wayo emzini oseMbusweni wakwaZulu.
Umndeni wawehlela olwandle olukhulu njalo ngeSonto.
Inkosikazi yayipheka phansi ngesikhathi umyeni wayo eyobheka izinkuni ezikhishelwe ngaphandle ulwandle ukuze abaze izinto ezinhle:
izinyoni, abantu, kanye nazo zonke izinhlobo zezilwane. Phakathi nesonto umndeni wawusebenza kanzima bese uhlala eduze nomlilo ebusuku.
Kwakuba mnyama kakhulu ukuthi bangasebenza noma badlale noma babaze, futhi sasisuke sisekude isikhathi sokulala.
Kanti lesi kwakuba yisikhathi izingane ezicela ngaso umama wazo ukuthi azixoxele indaba…
The Nal’ibali Trust Unit G06, WBHO House 6 Logan Way Pinelands Cape Town, 7430
+27 (0)21 448 6000
Media Enquires
©2024 Nal’ibali. All rights reserved. | Web Design by The Agency.