Kudalo, lapho izihlahla zisakhuluma nezinhlanzi zisandiza,
uSelesele wayeyisilwane esikhulu kunazo zonke. Wayethanda ukuqinela zonke ezinye izilwane,
kanti nezilwane zase zithanda ukukhathala uyena. Kwathi ngelinye ilanga, lapho uSelesele esaye kobhukuda,
ezinye izilwane zabamba umhlangano wokubona ukuthi zingabhekana kanjani naye.
“Kudingeka simgcine ematasatasa aze akhohlwe ukusehlisa esenyusa esiqinela,” kwasho uBhubesi.
“Umqondo omuhle lowo,” kuphendula uBhejane, “kodwa sizokwenza kanjani lokho?”
“Ngiyazi mina,” kusho uNyamazane. “Kungani singaceli uThingo Lwenkosazane,
yena uhlale enamaqhinga namacebo amahle…
2 Dingle Avenue |Kenilworth | Cape Town 7708 | Western Cape
+27 (0)21 448 6000
Media Enquires >
©2024 Nal’ibali. All rights reserved. | Web Design by The Agency.