Follow us

(Nalapha kungaba ngamaqembu amabili, elinye liyaphawula noma libuze, elinye liphendule. Kanti bangahlangana bonke, babuze, babuye baphendule.)
Sawubona wethu.
Yebo wethu.
‘Phumaphi na?
KwaMatshekana.
Wadlani na?
Isinambathi.
Singani na?
Ngomcengezana.
Abantu pho?
Wo bhekle! Wo bhekle! Wo bhekle!

Invest in a nation of readers!