Thiba mathiba, selashona!
Wawusus’ amaphepha antininize,
Namuhla akhela kuwe.
Wawunyathela izibankwa zibaleke,
Namuhla zicashelana kuwe.
Thiba, kade wawubona.
Izindimbane owawuzithutha kazibalwa,
Wena mshado, wena mngcwabo,
Wena ongembeswayo sewalala.
Nixoxelana ziphi nenyanga?
2 Dingle Avenue |Kenilworth | Cape Town 7708 | Western Cape
+27 (0)21 448 6000
Media Enquires >
©2024 Nal’ibali. All rights reserved. | Web Design by The Agency.