Click here to follow us on
Thiba mathiba, selashona! Wawusus’ amaphepha antininize, Namuhla akhela kuwe. Wawunyathela izibankwa zibaleke, Namuhla zicashelana kuwe. Thiba, kade wawubona. Izindimbane owawuzithutha kazibalwa, Wena mshado, wena mngcwabo, Wena ongembeswayo sewalala. Nixoxelana ziphi nenyanga?